Kushone owesilisa nezingane ezimbili engozini yemoto

2016-07-03 11:02

Johannesburg - Kushone izingane ezimbili nomuntu omdala oyedwa ngesikhathi kwehla ingozi kuR114, eDiepsloot, ngoMgqibelo ebusuku, kusho abezimo eziphuthumayo.

Okhulumela i-ER24 uPieter Rossouw uthe kushone abantu abathathu kwathi abangu-8 balimala kule ngozi ebandakanya iveni nemoto encane.

“Kukholakala ukuthi lezi zimoto zingqubuzane ngeziphongo, zaphalaza abagibeli," esho.

OLUNYE UDABA: Kushone ababili engozini eyenzeke eThekwini

“Bathe befika endaweni yesigameko abosizo lokuqala bathola izimoto zingumfunzana eceleni komgwaqo kunenqwaba yabantu ababukele."

Owesilisa okukholakala ukuthi uneminyaka ebalelwa ko-30 ubudala nezingane ezimbili ezisencane, bahlonzwe njengabashonile endaweni yesigameko.

Abalimele baphuthunyiswe esibhedlela ukuze bayothola usizo lwezempilo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.