Kushone owesilisa nowesimame kuphaphalaza imoto ku-N3

2016-07-04 10:02

Pietermaritzburg – Kushone abantu ababili imoto iphaphalaza kuthela wayeka u-N3 ePietermaritzburg ngoMsombuluko ekuseni.

Okhulumela i-Netcare911 uChris Botha uthe imoto ebibheke eningizimu iphaphalaze yanqamula ungwaqo yayoshayisa imoto ebibheke enyakatho.

OLUNYE UDABA:Ingozi yebhasi enyantisa igazi emgwaqeni omkhulu

“Abosizo lokuqala bafike kule ndawo bathola izingcezu zemoto zigcwele umgwaqo. Kutholakale abantu ababili bebambeke phakathi emotweni,”kusho yena.

Kushone owesimame nowesilisa khona kule ndawo, kanti umfana oneminyaka engu-15 naye obephakathi kule moto ilimale kabi.

Umshayeli wale enye imoto akalimalanda, abosizo lokuqala bazamile ukuhlenga lo mfana olimale kakhulu ngaphambi kokumphuthumisa esibhedlela.

(Netcare 911)

(isithombe Netcare911)

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.