Kushone owesimame eshayiswa iloli ebelithwele amaklabishi

2017-01-28 18:31

Durban - Kudungeke ukuba kuvalwe umgwaqo u-R104 eRustenburg kushayisana amaloli amabili ngoMgqibelo ekuseni.

Abezimo eziphuthumayo bafike kulendawo bathola kungubusaphusaphu kugcwele amaklabishi kanye nomango emgwaqeni.

Owesimame utholakale elele ngaphansi kweloli elilodwa, ngekho bekungekho okungenziwa ukuhlenga impilo ngoba ubeseshonile.

OLUNYE UDABA:Ushweleze emndenini oweveni edale ingozi eThekwini

Abanye ababili abalimale kule ndawo baphuthunyiswe esibhedlela besesimweni esingesihle kakhulu.

Ngeshwa kushone owesimame otholakale elele phansi kweloli elilodwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.