Kushone owesimame kuqubuka umlilo ehlathini

2016-08-11 08:19

Johannesburg -  Kushone owesimame kwalimala abayisishiyagalombili ngesikhathi kuqubuka umlilo ehlathini eliseSuikerbosrand Nature Reserve ngaseHeidelberg.

UWilliam Tladi okhulumela abezimo eziphuthumayo eKurhuleni uthe umlilo uqubuke ngesikhathi iqoqo labantu ligunda utshani ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA:Kuqubuke umlilo esitolo sokudla eGateway Mall

“Bonke abalimele bathi bebesika utshani wokufulela ngesikhathi kuqubuka umlilo,”kusho uTladi.

Laba besimame bazamile ukubaleka ngesikhathi bebona ilangabi elikhulu kodwa bahluleka. Bashe kabi ebusweni nasemzimbeni.

Abazimo eziphuthumayo abafike kule ndawo baqinisekisile ukuthi uyedwa owesimame oshonile, kubkia iThe Star.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.