Kushone owesimame kusha umuzi eButterworth

2016-11-13 16:02

Mthatha - Owesimame oneminyaka engu-65 ubudala ushonile emzini wakhe kuqubuka umlilo.

Ngokusho kwamaphoyisa ase-Eastern Cape, omakhelwane bakhe bahlulekile ukubhula umlilo oqubuke kulo muzi wesalukazi.

"Owesilisa ohlala kule ndawo ubone kunomlilo emzini kamufi emini ngoLwesihlanu. Umemeze ezinye izakhamyzi ukuba zizolekelela.

"Ngeshwa basindwe izinyawo ngoba lesi salukazi sigcine sishonile," kusho uKaputeni Jackson Manatha.

Akukacaci ukuthi yini edale lo mlilo, kodwa-ke kuvulwe idokodo. Lesi salukazi kuthiwa uNongamile Deyi uhlala kwesikaDeyi eNgquthu eButterworth.

OLUNYE UDABA:Ushonile obezama ukubamba inkunzi kulayini wokukhipha imali

Kwesinye isigameko esenzeke eDutywa, kuboshwe amadoda amabili aseminyakeni ka-20 no-22 ubudala ngokubulala uZuthile Sigwayi, 27.

UMufi watholakala enenxeba lokugwaza, kanti kuthiwa wagwazwa yilaba basolwa ngoMgqibo mhlaka 12kuNobemba ezintatha.

Okwamanje asikacaci isizathu sokubulawa kwakhe kodwa luyaqhubeka uphenyo lwamaphoyisa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.