Kushone owesimame nengane iBMW ishayisa ubonda

2017-11-30 19:31

eMooinooi - Owesimame kanye nengane bashonele engozini eyenzeke ngoLwesithathu ebusuku ngesikhathi imoto ishayisa ubonda.

Lokhu kwenzeke ku-N4 ngaseMooinooi eRustenburg kanti kusinde umuntu oyedwa.

Abe-ER24 bafike endaweni yesigameko ngo-22h40 bathola imoto encane ihlukene phakathi eceleni komgwaqo.

"Isidumbu sowesimame okukholakala ukuthi useminyakeni yo-30 kanye nengane yentombazane okukholakala ukuthi inonyaka kutholakale endaweni engamamitha angu-30 nemoto.

OLUNYE UDABA:Ingozi yebhasi enyantisa igazi emgwaqeni omkhulu

Owesilisa naye obehamba ngale moto utholakale eyaluza eceleni kwayo.

Abezimo eziphuthumayo bahlole isimo sakhe kwatholakala ukuthi ulimale kancane, ulashelwe kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela saseBrits.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.