Kushone oyedwa engozini ebandakanya i-ambulensi

2016-11-21 13:32

Durban - Kushone oyedwa ngesikhathi moto encane ishayisana ne-ambulansi phakathi kuka-N2 no-R102.

Ngokwemibiko eqhamuka endaweni yesigameko, i-ambulensi ibijikela ngakwesokudla ku-R102, eCanefields.

Le ambulensi ibibuya ukuyolanda owesimame okhulelwe emtholampilo waseNseleni, kubika iZululand Obsever.

Imoto yohlobo lweFiesta ingene i-ambulensi ohlangothini kwashona oyedwa kwabebephakathi kule moto.

Kulimale kabi ababili abebephakathi kule moto encane. Bobabili baphuthunyiswe esibhedlela ukuyothola usizo.

OLUNYE UDABA:Sisale phansi isitho sangasese kowesilisa ethola ingozi

Kwesinye isigameko esenzeke eGoli, kushone oyedwa kwalimala abayisithupha kuLibanon Road, eWestonaria.

Abe-ER24 baphuthume kule ndawo yesigameko bathola oyedwa wesilisa evaleleke emotweni.

Ngeshwa bekungekho okutheni obekungenziwa ngoba ubeseshonile ngenxa yokulimala kabi.

Amanye amadoda amane abesesimweni esibucayi kanti abesimame ababili bona bebengalimele kakhulu.

Oyedwa wabalimele kabi uphuthunyiswe esibhedlela.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.