Kushone oyedwa kuginqika imoto ku-N12

2017-08-13 13:30

Durban - Kushone umuntu oyedwa kwalimala abathathu ngesikhathi kuginqika imoto ku-N12 ngasePotchefstroom ezintatha zangeSonto.

Abe-ER24 babizelwe endaweni yesigameko ngo-02h40, lapho abafike basebenzisa udlawu olukhulu ukukhulula owesilisa obevaleleke emotweni.

Ngeshwa bekungekho okungenziwa ukuhlenga impilo yakhe ngoba ukhishwe emotweni esethule.

OLUNYE UDABA:Kuvalwe umgwaqo eMpangeni kulandela ingozi enyantisayo

Omunye wesilisa okukholakala ukuthi uneminyaka engu-27 ubudala kanye nowesimame okukholakala ukuthi uneminyaka engu- 24 ubudala balimele.

Lo wesilisa ubevaleleke emotweni, bobabili balashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.