Kushone oyedwa kwaboshwa omunye kudutshulwana namaphoyisa e-Edenvale

2016-08-01 16:03

Johannesburg - Kushone indoda kwaboshwa enye ngemuva kwesigameko sokudubulana esenzeke e-Edenvale.

Amaphoyisa athi amaphoyisa ophiko lwe-Flying Squad abematasa eqhuba umsebenzi wawo endaweni ekuseni ngesikhathi ebona imoto ebinomgibeli owumsolwa.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe umnikazi wesitolo edolobheni laseNewCastle

Ngesikhathi amaphoyisa esondela emotweni umsolwa uvele wavulela ngenganono.

Oyedwa walaboshayasibhamu ushonele endaweni yesigameko kwathi omunye ungeniswe esitokisini.

Okhulumela amaphjoyisa uKay Makhubela uthe, "la bantu bavele abdubula amaphoyisa amaphoyisa azibuyiselela. Oyedwa wabasolwa ushonele endaweni yesigameko, njengamanje siphenya icala lokuzama ukubulala."

UMakhubela uthe isibhamu esisodwa sitholakale endaweni yesigameko.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.