Kushone oyedwa kwalimala 8 kushayisana izimoto

2016-07-09 11:03

Scottburgh – Kushone owesifazane kwalimala abanye abantu abangu-8 ngesikhathi kushayisana itekisi, imoto eyi-SUV, nemoto encane ku-N2 eScottburgh, KwaZulu-Natal, ngoLwesihlanu ntambama, kusho abosizo lokuqala.

Obosizo lokuqala be-ER24, kanye nabakwezinye izinkampani, bafike kweyesehlakalo ngemuva kwehora lesithathu ntambama bathola itekisi isemzileni wezimoto zabezimo eziphuthumayo, ezinye izimoto ezimbili zona beziphakathi komgwaqo, kusho okhulumela i-ER24 uRussel Meiring.

Funda nalolu daba: Kushaqeke omakhenikha bethola isidumbu sikopolotwe amehlo

“Zontathu izimoto zilimale kabi ngesikhathi zishayisana. Kuthe uma kuhlolwa, abosizo lokuqala bathola ukuthi obehlele ngaphambili emotweni eyi-SUV ubeseshonille.”

Kuthe uma kuhlolwa abanye kwatholakala ukuthi ababili balimele khonakwi-SUV, kulimele abanye ababili emotweni encane, nabanye ababili etekisini, bonke baphuthunyiswe ezibhedlela ezahlukene.

- IOL

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.