Kushone oyedwa kwalimala abangu-13 kweyetekisi eGoli

2017-02-06 14:30

Midrand - Kushone umuntu oyedwa kwalimala kabi abantu abangu-13 ngesikhathi itekisi abebehamba ngalo liginqika emgwaqeni u-Allendale, eMidrand.

“Imibiko etholakale endaweni yesigameko ithi babili abantu abasesimweni esibucayi,” kusho u-Athlenda Mathe okhulumela abe-Netcare 911.

OLUNYE UDABA:Sisale phansi isitho sangasese kowesilisa ethola ingozi

Kufike indiza enophephela emhlane izothatha oyedwa wabalimale kabi yase imphuthumisa esibhedlela.

Abanye abalimele bahlengelwe kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa ezibhedlela ezahlukene, kubika iCitizen.

UMax Cohen okhulumela abe-Emer-G-Med, uthe umshayeli wetekisi uhlulekile ukuyilawula ngemuva kokuqhuma kwesondo yase iyagingqika.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.