Kushone oyedwa kwalimala abanye kuginqika iveni

2018-03-25 09:32

eGoli -  Kushone umuntu oyedwa kwalimala abayisikhombisa ngesikhathi kuginqika iveni ekhoneni lika-Edwards Ave noR28 eWestonaria, eGauteng ngoMgqibelo.

Okhulumela abe-ER24 u-Ineke van Huyssteen, uthe le ngozi yenzeke ekuseni ngo-06h00.

Abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko bathola owesilisa elele buqamama neveni.

OLUNYE UDABA:Ingozi yemoto ishiye kuvalwe ngehlahla emndenini e-KZN

"Ngesikhathi kuhlolwa isimo sakhe kutholakale ukuthi useshonile ngenxa yokulimala kabi,"kusho yena.

UVan Huyssteen uthe abezimo eziphuthumayo balaphe abantu abayisikhombisa abalimale ngezindlela ezihlukene.

Abayisithupha baphuthunyiswe esibhedlela ukuze bayoxilongwa kabanzi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.