kushone oyedwa kwalimala abanye owesilisa ehlasela ngommese

2016-08-04 08:06

London  – Kushone owesifazane oyedwa kwalimala abanye abantu abahlanu ngesikhathi umlisa ehlasela ngommese eLondon, kanti amaphoyisa asola ukuthi yisehlakalo sobushokobezi.

Amaphoyisa athi abizelwe endaweni yesehlakalo cishe phakathi kwamabili ngemuva kokuba owesilisa elimaze inqwaba yabantu eRussell Square.

Funda nalolu daba: Ingane inqatshelwe ukuba ihushule isisu

Amaphoyisa asebezinse iTaser gun ukuze akwazi ukubamba umsolwa ambophe.

Owesifazane uthole ukwelashwa endaweni yesehlakalo kodwa ngeshwa washonela khona lapho, kusho amaphoyisa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.