Kushone oyedwa kwalimala abathathu kubanjwa inkunzi eThekwini

2017-06-10 10:00

Durban – Kuphenywa icala lokubulala, ukuzama ukubulala nelokuphanga ngemuva kokudutshulwa kubulawe isisebenzi sasesitolo, kwalimala nabanye abathathu ngesikhathi kubanjwa inkunzi isitolo esiseSydenham, eThekwini, kusho amaphoyisa ngoLwesihlanu.

Kushone umuntu oneminyaka engu-35 ubudala esibhedlela ngemuva kokudutshulwa ngoLwesine ebusuku esitolo esikuVarsity Drive.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Nqobile Gwala uthe kuthathwe isamba semali esingadalulwanga kulesi sitolo ngaphambi kokuba abawolwa abathathua badle phansi.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe amadoda amabili kuphangwa eGoli

Okhulumela inkampani yonogada iBlue Security u-Andreas Mathios uthe amadoda abehlomile akhombe ngezibhamu abasebenzi.

"La madoda afune i-Airtime, ugwayi kanye nenye impahla ase adubula amahlandla amaningi ngaphambi kokubaleka nokudla nokgwayi endaweni yesigameko. Omunye wabasebenzi udutshulwe emlomeni washonela esibhedlela ngemuva kwesikhashana," kusho uMathios.

Banye abantu abadutshulwe endaweni yesigameko baphuthunyiswe esibhedlela.

Kuvulwe amacala amathathu; elokubulala, ukuzama ukubulala nokuphanga esiteshini samaphoyisa aseSydenham, kusho uGwala.

"Bekungakaboshwa muntu kulandela isigameko," kuqhuba uGwala.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.