Kushone oyedwa kwalimala abathathu kudutshulwana enxanxatheleni yezitolo

2017-07-22 13:59

Cape Town – Kudutshulwe kwabulawa owesilisa, kwalimala kabi abantu abathathu esigamekweni sokudubulana enxanxatheleni yezitolo iBishop Lavis.

Amaphoyisa aseWestern Cape athi lokhu kwenzeke ngoLwesihlanu emini.

Umufi, owesilisa oneminyaka engu-39 ubudala udutshulwe esemotweni emhlophe yohlobo lwe-Ford Figo.

OLUNYE UDABA: Ushonile umshayeli wetekisi edutshulwa ekhanda

UKaputeni FC van Wyk utshele iNews24 ukuthi abalimele ngamadoda amathathu aneminyaka engu-21, 27, 37 ubudala.

Amaphoyisa asaphenya ngalesi sigameko kanti akukaboshwa muntu okwamanje 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.