Kushone oyedwa kwalimala kanzima abane kugingqika imoto

2016-08-07 09:48

Johannesburg – Kushone owesifazane kwalimala kabi abane ngesikhathi imoto iphenduka iphuma emgqaweni u-R114 eMuldersdrift ngoMgqibelo, kusho abosizo lokuqala.

Umshayeli kubukeka sengathi uphunyukwe yisiteringi imoto yaphenduka izikhawu eziningi, kusho okhulumela i-ER24 uRussel Meiring.

Abalisa ababili nabesifazane ababili batholakale bedindilize ngaphandle kwemoto.

Funda nalolu daba: Uphuthunyiswe esibhedlela uPistorius

Omunye wabo ibeseshonile. Owesihlanu ubesasemotweni.

Abane abathole ukulimala baphuthunyiswe eLeratong Hospital besesimeni esibucayi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.