Kushone oyedwa kwalimala omunye ngenxa yesimo sezulu

2017-09-18 19:31

Durban - Kushone umuntu oyedwa ngenxa yesimo sezulu esingelihle KwaZulu-Natal.

UNgqongqoshe woMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu, uNomusa Dube-Ncube ngoMsombuluko udlulise amazwi enduduzo emndenini wakwaZungu kwisifunda sikamasipala waseKing Cetshwayo.

Kushone ilungu elilodwa lomndeni elishokhwe wugesi kwathi elinye langeniswa esibhedlela ngemuva kokuba isihlahla siwele phezu kwezintambo zikagesi.

OLUNYE UDABA:Kucishe kwavalwa ngehlahla emndenini kuhlasela umphezulu

"Lesi sehlakalo esenzeke ngoMgqibelo, singezinye zezigameko ezidalwa yisimo sezulu minyaka yonke.

"Ithimba lezinhlekelele liyaxhumana nomndeni ngenhloso yokuweseka ngezidingo ezifanelekile," kusho uDube-Ncube.

Izakhamuzi zixwayiswe ngezimvula ezilindelekile ezingadala izikhukhula ezindaweni ezigudla ugu esifundazweni kusasa.

UDube-Ncube, uthe izakhamuzi ziyacelwa ukuba ziqikelele njengoba isimo sezulu singesihle ikakhulukazi uma ziwela imifula namabhulohwe.



 - eNCA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.