Kushone oyedwa kwasala dengwane inqwaba yabantu kusha imijondolo eGoli

2018-05-06 12:59

Johannesburg - Kushone umuntu oyedwa kwasala dengwane abantu abangamakhulu kulandela umlilo oshise imijondolo yaseDenver eGoli ngoMgqibelo ebusuku, kushe imijondolo engaphezu kwengu-100.

Okhulumela abezimo eziphuthumayo eGoli uNana Radebe uthe kubhalwa uhlu lwabantu abathintekile kulesi sehlakalo ukuze bezothola usizo.

OLUNYE UDABA:Kusale dengwane abangu-160 kusha imijondolo eKapa

"Uma sifika endaweni yeisgameko bekusha. Sibe sesiqala siwubhula lo mlilo. Kunamaloli ezicishamlilo amane endaweni yeisgameko. Ngeshwa kushone umuntu oyedwa. Kusolwa ukuthi bekushiywe ikhandlela livutha lodwa."

 - SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.