Kushone ubaba nendodakazi kusha umjondolo

2018-02-26 12:30

Cape Town - Ubhekene nobunzima umndeni oshiywe yisihlobo sawo nendodakazi yaso esishe nomjondolo.

USthembiso Mawesa, 28, nendodakazi yakhe uLithalethu Gcolothelo, 1, bashe banghqongqa nomjondolo emjondolo ekuBonga Drive kwaNonkqabela eKhayelitsha ngeSonto.

Intombi kaMawesa, engumama kaLithalethu naye obesemjondolo, uyelulama esibhedlela.

UTheo Layne okhulumela iCape Town Fire and Rescue Service uthe kushe izakhiw ezingu-25  kwasala dengane abantu abangu-125.

OLUNYE UDABA:Zishonile izingane ezine ezishe nomjondolo zilele eN West

"UNokwezi Mdudo, ongugogo kaMawesa, okhulumele umndeni, uthe wavuswa umama kaMawesa ekuseni bgovivi emtshela ngomlilo.

"Wayekhala, ememza ukuthi umuzi kaMawesa uyasha futhi ubengamtholi," kusho uMdudo.

Ngesikhathi umndeni uya kule ndawo bafica kusha amalangabi.

"Ngaleso sikhathi, umlilo wawumkhulu kakhulu. Umjondolo usha. Samubheka umlilo waze wacima kwayima sithola isidumbu sakhe. Bekuwuye nendodakazi yakhe," kusho uMdudo.

Kuzwakale ukuthi uMawesa nentombi yakhe baba nengxabano kwase kuthuleka ngemuva kwalokho.

Umndeni uthi kunzima ukwamukela ukuthi akasekho emhlabeni uMawesa kanti umama wakhe uhluleka nokukhuluma.

Ikhansela lika-ward 93 uThando Pimpi, lithe ukunghabibikho kwamanzi kuwumthelela wokubhebhetheka komlilo.

Imbangela yomlilo ibingakaziwa.


 - Cape Argus

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.