Kushone ubaba ngomjolo wezingane

2016-07-21 17:30

Cape Town –Sekuvele ukuthi owesilisa obekusolakala ukuthi uzibulele wabulawa, kanti kuboshwe indodakazi yakhe nesoka ngalokhu.

UTaufeeq Montjies, 21, nentombi yakhe eneminyaka engu-17 ubudala bavele enkantolo kamantshi eStrand ngoLwesine ngecala lokubulala nokuphula umthetho.

OLUNYE UDABA:'Ngiyamzonda ubaba ngokungidlwengula'

Igama likamufi ngeke lidalulwe ukuze kuvikelwe indodakazi yakhe ngoba isencane.

Lo mlisa utholakale edindilizile ekhaya lakhe eBroadlands Park kanti ekuqaleni kwakusolakala ukuthi wazibulala.

Uphenyo lwamaphoyisa seluveze ukuthi kunesandla semfene kulolu daba nokuyinto eholele ekuboshweni kwalezi zithandani ezisencane.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.