Kushone umama, kwalimala umndeni, imoto ishayisa isihlahla eKZN

2017-05-22 09:33

Durban – Kushone owesifazane kwalimala kabi umyeni wakhe kanye nezingane zabo ezimbili ngesikhathi imoto yabo iphaphalaza iphuma emgwaqeni ishayisa isihlahla eHillcrest, KwaZulu-Natal, ngeSonto ebusuku, kusho abosizo lokuqala.

Umndeni ubuhamba ku-M13 ngakuKassier Road ngezithuba zabo-21:14 ngesikhathi sengozi, kusho okhulumela iNetcare911 uChris Botha.

“Abosizo lokuqala…bafike endaweni yesigameko bathola intombazane eneminyaka eyisithupha ubudala ichithelwe ngaphandle yimoto, yangena ngaphansi kwayo futhi ilimele kabi.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe 'izithandani' ngecala lokudunwa kwezomoto

“Umama imchithele ngaphandle yimoto washonela endaweni yesigameko. Ubaba kanye nenye intombazane bebesavaleleke ngaphakathi emotweni besesimweni esibucayi,” kusho uBotha.

Laba abathathu bathole ukwelashwa endaweni yesigameko.

Ngemuva kwalokho baphuthunyiswe esibhedlela esiseduzane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.