Kushone umfana 7, nowesimame ngesikhathi itshe liwela emotweni ku-N2

2017-12-28 18:00

Durban – Umfana oneminyaka eyisikhombisa ubudala kanye nowesimame bashonile ngemuva kokuthi imoto abebehamba ngayo iwelwe yinguzunga yetshe.

Lokhu kwenzeke kuthela wayeka u-N2 phakathi koThongathi neBallito enyakatho nedolobha leTheku.

Okhulumela abe-IPSS Medical Rescue uPaul Herbst  uthe leli litshi liphonswe kusukela ebhulohweni eliseduze ngoLwesithathu ebusuku.

Ngokusho komthombo, laba bobabili bahlonzwe befika esibhedlela iNetcare Alberlito njengabashonile.

Kusinde umshayeli wemoto nenye ingane kulesi sigameko.

Amaphoyisa wona athi akukaqinisekiswa ukuthi ngabe itshe liphonsiwe noma liziwele.

OLUNYE UDABA: Isesibhedlela indoda elimale idubulana namaphoyisa

"Okwamanje amaphoyisa awakwazi ukuqinisekisa ukuthi leli litshe liphonsiwe noma liziwele kusukela ebhulohweni,"kusho uKaputeni Nqobile Gwala etshela abeNews24.

Kukholakala ukuthi laba abebesemotweni bebesendleleni eya eStanger. Amaphoyisa aseMhlali yiwona aphenya ngalesi sehlakalo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.