Kushone umfana, 7, oshayiswe yimoto yabaleka

2017-08-08 11:02

Durban – Umfana oneminyaka eyisikhombisa ubudala ushonele ezandleni zikadadewabo ngemuva kokuba eshayiswe yimoto yabaleka ePinetown ngoMsombuluko ntambama.

Okhulumela i-ER24 u-Annine Siddall uthe abosizo lokuqala bathole udadewabo kamufi ebambe isisulu.

Umfana ubengungwe yiqulu labantu ngaleso sikhathi, kusho uSiddall.

OLUNYE UDABA: Kutholwe isidumbu sendoda endlini

"Umfana ubelimele kabi kwadingeka ukuba afakwe imishini kwi-ambulensi. Ngemuva kwemizamo yokuhlenga impilo yakhe, kubonakele ukuthi akukho okutheni obekusangenziwa ngaye.

“Ushonele endleleni ngaphambi kokuba abosizo lokuqala bafike e-R.K.Khan Hospital."

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.