Kushone umfana kwesokudubula eKapa

2017-08-14 12:34

Cape Town - Kudutshulwe kwabulawa umfana osemncane eMitchells Plain.

Imbangela yesigameko sokudubula esenzeke ngeSonto ebusuku endaweni yase-Eastridge, ayikaziwa.

OweCommunity Policing Forum eMitchells Plain, u-Abie Isaacs uthe akucaci noma isigameko sihlobene yini nesamaqembu ezigebengu noma cha.

OLUNYE UDABA:Kushone owesimame ngemuva kwesigameko sokudubulana ku-N2 eThekwini

"Kuthiwe iminyaka yalo mfana iphakathi kwengu-13 nengu-14 ubudala. Ubefunda uGrade 7. Siyacela amalungu omphakathi anolwazi ukuba alekelele amaphoyisa ngokufuniswa umsolwa."

Akukaboshwa muntu okwamanje.

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.