Kushone umndeni imoto ishayisa ibhulohwe

2016-07-18 08:38

Durban – Kushone amalungu amathathu omndeni owodwa engozini yenzeke ku-N3 ngasePinetown ngeSonto.

Okhulumela iRescuecare uGarrith Jamieson uthe imoto ebithwele abantu abathathu, izithandani kanye nendodana yazo endala, ishayise ibhulohwe elihamba ku-M13 overpass eParadise Valley.

Funda nalolu daba: Zimkhalele osolwa ngokuduna iloli lezinkwa eMlazi

"Imoto iphume emgwaqeni yayoshayisa ibhulohwe. Kushone ubaba, umama nendodana,” usho kanje.

Uthe umama nendodana bafe ujuqu endaweni yesehlakalo kanti ubaba ushone ngokuhamba kwesikhathi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.