Kushone umfundi owele ethoyilethi lomgodi esikoleni e-E Cape

2018-03-15 19:18

Cape Town - Sekuqinisekisiwe ukuthi umfundi ominze ethoyilethi lomgodi esikoleni esise-Eastern Cape nguViwe Jali oneminyaka engu-5 ubudala.

Lo mfundi ubenza u-Grade R esikoleni iLuna Primary, eBizana.

Iziphathimandla ziphenya isehlakalo esenzeke ngoLwesithathu.

Owe-Democratic Alliance, u-Edmund van Vuuren, uthe uzwe ngesehlakalo kwaboMnyango wezeMfundo esifundazweni.

OLUNYE UDABA:Izakhamuzi zasePMB zikhala ngokugcwala kwamathoyilethi omgodi

UVan Vuuren uqhube wathi kujutshwe ithimba labaseshi esikoleni ngenhloso yokuphenya isigameko.

UVan Vuuren uchaze ukushona kwengane njengeshwa.

"Kuyishwa futhi kubuhlungu. Kubi okwenzekile kodwa kufanele kube khona ozojeza ngalokhu."

Abafundi nothisha bathola ukwelukelwa ngokomqondo kulandela isigameko.

Imbangela yesigameko ibingakaziwa okwamanje.

Lesi sigameko sifana naleso esenzeka eLimpopo ngoJanuwari 2014, lapho okwashona khona ingane eneminyaka engu-5 ubudala, uMichael Komape, ngemuva kokuwela ethoyilethi lomgodi esikoleni iMahlodumela Primary.

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.