Kushone umshayeli imoto yakhe ishayisa inkomo

2018-04-08 08:40

Kushone owesilisa ngemuva kokuthi imoto yakhe ishayise inkomo emgwaqeni u-R102 ngaseKing Shaka International Airport ngoMgqibelo, kusho abezimo eziphuthumayo.

Okhulumela i-IPSS, uPaul Herbst, uthe le ndoda eneminyaka engu-53 ubudala ishonile kwathi abagibeli ababili balimala ngesikhathi iveni abebehamba ngayo ishayisa inkomo.

Le ngozi yenzeke ku-R102 phakathi kweCanelands nesikhumulo sezindiza ngoMgqibelo ekuseni.

"Umshayeli ushonele endaweni yesigameko kanti lokhu kuqinisekiswe abezimo eziphuthumayo. Umkakhe nomunye umgibeli bathole ukulimala okungatheni."

UHerbst uthe inkomo nayo ifile kule ngozi.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.