Kushone umshayeli kunginqika itekisi eThekwini

2016-07-24 11:00

Durban – Ushonile umshayeli wetekisi kwalimala nabagibeli ngemuva kokuginqika kwetekisi ihamba ngesivinini esikhulu.

Kusolakala ukuthi lomshayeli uhlulekile ukuyilaluwa itekisi ngoba ibihamba ngesivinini.

OLUNYE UDABA:Udle ophansi umshayeli wetekisi kulandela ingozi

Abazibonele ngawabo batshele abosizo lokuqala ukuthi lokhu kwenzeke ngoMgqibelo ebusuku lapho leli tekisi lihamba ngesivinini esikhulu kakhulu ku-M27 nokuyilapho eliginike khona.

Leli tekisi litholakale lilele ngohlangothi linabagibeli abalimele. Umshayeli, 31, ushonele khona lapho kanti abagibeli baphuthunyiswe esibhedlela.


“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

-News24

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.