Kushone umuntu obehamba ngezinyawo eshayiswa yimoto

2017-01-21 18:29

Johannesburg – Umuntu obehamba ngezinyawo, okukholakala ukuthi useminyakeni eko-30 ubudala, ushonile ngemuva kokushayiswa yinhliziyo ngoMgqibelo ekuseni.

Lesi sigameko senzeke ku-M1, ngasemgwaqeni ochezukela eBooysens, eGoli.

“Lesi sigaeko senzeke ngabo-11:00. Abosizo lokuqala bakwa-ER24 bafike endaweni yesigameko bathola indodla isishonile.

“Ngebhadi bekungekho esingakwenza ukumsindisa wabe esehlonzwa njengoshonile khona endaweni yesigameko,” kusho okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak.

OLUNYE UDABA: Kushone ungqongqoshe engozini yemoto

Umshayeli wale moto akazange alimale yena, kuqhuba uVermaak.

“Amaphoyisa ayaphenya ngalesi sigameko.”

Kwesinye isigameko, kulimale abantu ababili base bephuthunyiswa esibhedlela kulandela ukushayisana kwezimoto eLansdowne, eKapa.

Le ngozi yenzeke kuJakes Gerwel Drive ezintatha ngoMgqibelo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.