Kushone umuntu oyedwa, kwalimala abanye kweyesitimela neguzu

2017-02-14 18:00

Luxembourg – Isitimela ebesinabagibeli sishayisane neguzu eLuxembourg ngoLwesibili, kwashona umuntu oyedwa kwalimala abanye, kusho amaphoyisa.

Isitimela ebesinabagibeli besisuka eThionville enyakatho-mpumalanga yeFrance ngesikhathi sishayisana neguzu ngaseBettembourg eduze nomngcele waseFrance ngezithuba zabo-08:00 ekuseni ngokwesikhathi sakuleliya lizwe.

"Umuntu oyedwa utholakale eseshonile esitimeleni,” kusho amaphoyisa aseLuxembourg esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Udubule umkakhe ngoba encishwa ucansi

"Abanye abantu ababili bangeniswe esibhedlela belimele kabi.”

Abanye abayisithupha bathole imihuzuko, ngokusho kwamaphoyisa.

Zilinganiselwa kwezingu-100 izisebenzi zabosizo lokuqala ebezisendaweni yesigameko.

Imbangela yengozi ibingakaziwa okwamanje.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.