Kushone oyedwa kwalimala kanzima ingane engozini eGoli

2016-07-06 07:03

Johannesburg – Ingozi enyantisa igazi eyenzeke eGoli idlule nomuntu oyedwa kwalimala ingane kuyo ngoLwesibili ntambama.

Ngokusho kwe-EMERG-GMED ingozi ibandakanye iloli nemoto.

OLUNYE UDABA: Iphume nemiphefumulo ingozi enyantisayo

Ingozi yenzeke ku-R25 eduzane nasendaweni yaseSerengeti empumalanga neGoli.

"Abosizo lokuqala baxilonge ingane endaweni yesigameko ngaphambi kokuyiphuthumisa esibhedlela ngendiza enophephela emhlane," kusho isitatimende.

Abantu ababili abebegibele iloli bathole imihuzuko.

Iziphathimandla zendawo ziphenya imbangela yesigameko.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.