Kushone unogada engozini ebandakanya itekisi

2016-08-10 11:33

Durban - Kushone unogada kwalimala omunye ngesikhathi imoto abebehamba ngayo ishayisana netekisi, kubika iCitizen.

Lokhu kwenzeke kumgwaqo uWatson Highway ngaku-N2 ekuseni ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA:Udutshulwe ekhanda unogada kuphangwa eKZN

Ngokusho kukaPaul Herbst okhulumela abosizo lokuqala i-IPSS Medical Rescue: “Kulimale kabi onogada ababili kanye nabagibeli ababili ngesikhathi imoto yabo ishayisana netekisi.”

Bonke abalimele baphuthunyiswe esibhedlela esiseduze ukuze bathole usizo lokuqala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.