Kushone unogada kuphangwa eBallito

2016-08-09 10:01

Durban - Kubulawe unogada ngesikhathi kuphangwa eBallito KwaZulu-Natal ogwini olusenyakatho ngoLwesibili ekuseni, kusho abosizo lokuqala.

Onogada bezinkampani ezahlukene zifike endaweni yesigameko ekuseni ngovivi kudutshulwana, lusho owe-IPSS Medical Rescue uPaul Herbst.

Oyedwa wonogada ushonele endaweni yesigameko oyedwa ulimalile.

OLUNYE UDABA: Udutshulwe ekhanda unogada kuphangwa eKZN

Okhulumela abe-Netcare 911 uChris Botha uthe bafice obeseshonile emoptweni.

Kusenjalo abosizo lokuqala bathole ucingo ngendoda ebilimele evele yawaphansi eTongaat Toll Plaza. Le ndoda ibinamanxeba okudutshulwa.

Kusolwa ukuthi ibisendaweni yesigameko sokudubula ebesenzeke eBallito yalimala kanzima.

Le ndoda iphuthunyiswe esibhedlela iqashwe ngamaphoyisa.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.