Kushone uyedwa kuqubuka umlilo ekhaya labadala

2017-10-21 10:46

Johannesburg – Kushone umuntu oyedwa ngemuva kokuqubuka komlilo ekhaya labadala eMidstream eCenturion ngoLwesihlanu ebusuku.

Okhulumela i-ER24, u-Ineke van Huyssteen, uthe abosizo lokuqala be-ER24 bafike kweyesehlakalo ngabo-19:00, kanti ngaleso sikhathi besebekhona abanye ebebesiza abalimele.

“Baningi abantu okudingeke bakhishwe ebhilidini, kanti bebemile ngaphandle,” esho.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe umkhulu ngokudlwengula abazukulu

“Kuthe uma beqhubeka nokuhlola, kwatholakala ukuthi umuntu oyedwa ubeseshonile.

“Imininingwane ngesigameko ibingakaziwa kodwa abosizo lokuqala neziphathimandla bebesendaweni yesigameko benza uphenyo,”: esho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.