Kushukume u-Twitter uDineo Ranaka ephoxa ocela usizo

2016-07-22 18:03

Durban - Umsakazi kanye nomethuli wezinhlelo uDineo Ranaka ushiye alikhohliwe entombazaneni ebicala usizo kuyena enkundleni uTwitter.

Le ntombazane ibhalele uDineo icala ukuba ayisize ngengubo yomdanso kaMatikuletsheni.

OLUNYE UDABA:Ukuphoxeka usaziwayo ephucwa iqatha emlonyeni

Ngeshwa intombazane ithole impendulo ebingakaze iyilindele ngoba uDineo uyitshele ukuthi umdanso wesikole akuyona into okumele izikhathaze ngayo.

Uqhubeke wathi kumele izikhathaze ngokufunda ibe nemali kunokuzikhathaza ngokubukeka njengomuntu onemali.

Lokhu okushiwo uDineo akwehlanga kahle kubanye osaziwayo ngoba uLerato Kganyago kanye noSizwe Dlomo sebebonise uthambo lokuthengela le ntombazane ingubo, kubika iDaily Sun.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.