Kushunqe ithayi emgcwabeni kuvaleliswa owabulawa amaphoyisa

2017-04-10 18:00

Pietermaritzburg - Kuphazamiseke ukuhamba kwezimoto ku-White Road, eGrange ngeSonto ngesikhathi kuqhubeka umngcwabo kaSthabiso "Sthimba" Ngcobo.

Lo mngcwabo ubungomunye wemibili wamadoda amahlanu adutshulwa abulawa amaphoyisa eHilton emasontweni amabli adlule.

La madoda ayesolwa ngobugebengu obabuhleliwe, okwakuzodunwa kukho izimoto kuphinde kugqekezwe imizi namabhizinisi eHilton.

OLUNYE UDABA: Kubulawe izigebengu ezimbili ePitoli

Iqulu labantu ebelihambele umngcwabo liqoqane emgwaqeni uWhite liyobukela 'kushaywa izidudla', izimoto ziphenduphenduka emgwaqeni, kushunqa ithayi.

Ukushaywa kwezidudla yinto ethathwa njengosiko lokuvalelisa umuntu obekade eyiginsi.

Kulokhu obekwenzeka kulo mngcwabo kuthiwa bekuphinde kuqhume nezibhamu.

Kuthiwa amaphoyisa abeme kude nobekuqhubeka kanti futhi awazange ahlale isikhathi eside.

IZITHOMBE: KZNEYETHU

- KZNEYETHU

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.