Kusinde abazali izingane zisha ziphela nomjondolo

2017-01-19 07:27

Johannesburg – Izingane ezintathu zishe zashona kusha umjondolo ekuseni ngoLwesithathu, kusho amaphoyisa.

Izidumbu zezingane – ezineminyaka eyisithupha, emithathu, nowodwa ubudala - zishe zangqongqa, kusho uCaptain Mpande Khoza.

Abazali bazo bangeniswe eChris Hani Baragwanath Hospital, nokuyilapho belashelwe khona ukusha nokuhilwa yintuthu ngemuva kokuphuma emjondolo usha eDoornkop Block 2.

OLUNYE UDABA: Owesifazane ubelethele esitolo sakwa-PEP

Bagcine bededeliwe esibhedlela ngokuhamba kweiskhathi.

Akucaci ukuthi yini edale umlilo.

"Bobabili abazali bebehlezi nezingane ngesikhathi kuqubuka umlilo. Bakwazile bona ukuphuma behluleka kodwa ukusiza izingane zabo ezintathu,” usho kanje.

Kuvulwe idokodo ukuze kuqaliswe uphenyo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.