Kusinde umshayeli weveni engozini yeloli neveni eMhlanga

2018-03-12 18:01

Durban - Umshayeli webveni usinde ngokulambisa ngemuva kokuba iloli liphume emgwaqeni layoshayisa iveni kuLighthouse Road, eMhlanga.

Abosizo lokuqala bathe umshayeli weloli kukholakala ukuthi uhlulekile ukuyilawula wayoshayisa ibeni endaweni okupakwa kuyo izimoto.

UShawn Herbst we-Netcare 911, uthe umshayeli ube eseshaya i-hoot ngesikhathi ehluleka ukumisa iloli.

OLUNYE UDABA:Kushone 7 wabantu kwalimala 5 engozini kugingqika iveni

Iveni neloli libe selishayisa udonga.

UHerbts uthe umshayeli weveni ubethukile kodwa engalimele.

Umshayeli weloli ulashelwe endaweni yesigameko.

 - Twitter:

- Newswatch

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.