Kusize kugandaganda ukutakula iveni elikhalakathele emgodini

2016-11-03 18:00

Kusize kugandaganda ukutakula iveni elikhalakathele emgodini osemgwaqeni e-Isando.

Lokhu kusolakala ukuthi kwenzeke ngoLwesithathu ebusuku ngesikhathi iveni ebelihamba kulo gwaqo livela emgodini.

Ngokusho kwekhansela lakule ndawo uSimon Lapping lo mgodi ushiywe abasebenzi bakwamasipala abebematasa belungisa amapayipi amanzi, kubika iKempton Express.

OLUNYE UDABA:'Ibingakulungeke ukuba semgwaqeni iveni ebandakanyeke engozini ebulale abantu'

Bekugcwele amanzi emgwaqeni nokuyinto eyenze kwanganakeka ukuthi umgwaqo ugujiwe, leli veni lingene lacishe laphelela kulo mgodi.

Okwamanje akwaziwa ukuthi umshayeli waleli veni lenkampani yokwakha uphume kanjani kuleli veni ngoba ubengekho phakathi ngesikhathi kubonwa leliveni ngoLwesine ekuseni.

Leli khansela lithe lithunyelwe isithombe saleli veni enkundleni uWhatsapp ngo-4:30 ekuseni, uma ephuthuma khona ufike iveni lisabhajiwe kodwa kungekho muntu phakathi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.