Kusize umshayeli wetekisi owesimame ebanjwa inkunzi eGoli

2016-07-12 20:30

Johannesburg – Umshayeli wetekisi umise imoto ebona owesimame ebanjwa inkunzi, kubika i-eNCA.

Umsolwa obegqoke inyunifomu yabonogada ubekhombe lomama ngommese ngesikhathi ezama ukumgebenga.

OLUNYE UDABA:Uthweswe elokubulala ngokungenhloso umshayeli weveni eKZN

Kulamule abagibeli abadilike kuleli tekisi bamgijimisa. Amaphoyisa afike esebanjiwe lo msolwa oneminyaka engu-34 ubudala.

Lokhu kwenzeke phakathi kwemigwaqo uTreu noMain Reef eCrown Mines ngoMsombuluko ekuseni.

UXoli Mbele okhulumela amaphoyisa uthe: "Umsolwa ujahwe abagibeli bamubamba bamnikezela emaphoyiseni, isisulu sikwazile ukuthola isikhwama, umakhalekhukhwini kanye nommese womsolwa kuye umsolwa."

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.