Kusize utshwala indoda yageqa amagula 'ngezimfihlo zomndeni'

2016-05-08 09:02

Durban - Owesilisa ulinde waze wadakwa wase ekhipha izindaba zokuthi indodakazi yakhe, 4, idlwengulwa yisihlobo sayo njalo uma imvakashele eDumbe.

Kuthiwa le ndoda yasibamba lesi sihlobo siqhoqhobele ingane yaso kepha yangawabikela amaphoyisa nomndeni ngalolu daba, kubika iSolezwe ngoMgqibelo.

Kuthiwa ibe isilinda ukuthi icwile ezinkambeni zikaFaro yase igonyuluka ngalolu daba.

OLUNYE UDABA: Kudlwengulwe intombazane ilibangise ekhaya

Ugogo wale ngane uthe: "Ubaba wale ngane utshengisa ukungayithandi ingane yakhe ngokuthula nendaba engaka isikhathi eside kanje."

Kuthiwa lesi sihlobo besingaqali ukudlwengula le ngane.

Ubaba uqhuba ngokuthi isihlobo okuyisona esidlwengule le ngane sabhaxwa ngesikhathi sibanjwa, sase siyaxoshwa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.