Kusokwe abafana abangu-27 ngokungemthetho e-East London

2017-06-26 12:29

Johannesburg - Kuqhubeka uphenyo lwamphoyisa ngemuva kokusokwa ngokungemthetho kwabafana abangu-27, eScenery Park, e-East London, kusho uMnyango wezeMpilo e-Eastern Cape.

Isikhulumi uSizwe Kupelo uthe amaphoyisa, abaholi bezendabuko kanye nezisebenzi zoMnyango wezeMpilo bagasele esikoleni sokusoka ngeSonto ntambama. 

Bebephelezelwa ngabanye abazali bezingane ezisokwe kulesi sikole ngaphandle kwemvume yabo.

OLUNYE UDABA:Bagcwele izinkalo ababalekela ukusoka

"Amaphoyisa njengamanje afuna abantu abane noma abahlengikazi bezendabuko okukholakala ukuthi yibo abebenza lo mkhuba," kusho uKupelo.

"Sekuqokwe onesi abanesipiliyoni ukuba banakekele la bafana ngemuva kokuba imiphumela yokuhlolwa kwabo ibemihle," usho njalo eqhuba.

Kukholakala ukuthi la bafana bebegcinwe esikoleni kusukela ngoLwesihlanu.

Abazali babo sebevule amacala emaphoyiseni.

UKupelo akakwazanga ukuqinisekisa ngokushesha ukuthi kuvulwe maphi amacala.


- SowetanLIVE

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.