Kusolakala ukuthi kunobufakazi obusha obungabuyisa i-NFP okhethweni

2016-07-11 20:33

Durban – Inhlangano yezombusazwe i-NFP ingase isihoxise isinqumo sokuya kwinkantolo yomthethosisekelo lapho bebezophikisana nesinqumo sokukhishwa okhethweni.

Okhulumela lenhlangano kuzwelonke uBheki Gumbi uthe bebelungisa amaphepha abazowafaka enkantolo ngesikhathi bethola ubufakazi obubalulekile.

OLUNYE UDABA:I-NFP izokwazi ukumela ukhetho eNquthu

Ngokwemibiko yeNewswatch, uGumbi uthi ukholwa wukuthi lobu bufakazi buzophoqa i-IEC ukuthi ibabuyisele okhethweni.

“Ithimba letho lezomthetho lizoxhumana nabe-IEC lapho esizokwethula khona ubufakazi obusha esikholwa wukuthi buzosivulela isikhala okhethweni lwangomhlaka 3 kwezayo,”kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.