Kusolakala ukuthi ulunywe oshaka owesilisa okutholakale isidumbu sakhe sintanta olwandle eMhlanga

2018-03-03 11:22

Durban - Kutholakale isidumbu sendoda sintatha olwandle eMhlanga, enyakatho yeTheku, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

Amaphoyisa angabatshuzi yiwo atakule lesi sidumbu emanzini namuhla ekuseni.

Lesi sidumbu sibonwe wumdobi sintanta ngaphambi kwamanethi oshaka wabe esebikela abaqaphi bolwandle.

OLUNYE UDABA:Kutholwe isidumbu somfana, 11, sintanta emfuleni eThekwini

Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal uThulani Zwane uthe isidumbu kubonakale sengathi sidliwe woshaka kancane.

UZwane uthe amaphoyisa alinde imiphumela yokuhlolwa kwesidumbu ukuthola imbangela yokushona kwale ndoda.

Le ndoda ibingakahlonzwa kodwa kuvulwe idokodo futhi namaphoyisa ayaphenya.

 - Twitter:

 - Newswatch

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.