Kusolwa abaphathi ngokunyamala kuka-R200 000 eDebonairs

2017-01-27 18:03

Johannesburg - Kuboshwe abaphathi ababili basesitolo sakwaDebonairs, eBirch Acres, e-East Rand ngezinsolo zokukhwabnisa ngemuva kokunyamalala kwemali engu-R200 000 esitolo ngesikhathi samaholidi.

Amaphoyisa aseNorkem Park abophele la baphathi emsebenzini enxanxathela yezitolo iBrich Acres ngoLwesibili ngezithuba zabo-10:00, kubika iKempton Express.

OLUNYE UDABA: Amadoda amahlanu ashaye isitolo sobucwebe eGoli

Okhulumela amaphoyisa aseNorkem Park uCaptain Lesibana Molokomme uthe owesifazane, 33, nowesilisa, 38, banikwa isikhundla sokuphatha ngoDisemba. 

Kusolwa ukuthi bakhwabanisa inkampani ngokukokotela iziliphu ezazitshengisa ukuthi enye impahla yadluliselwa kwezinye izitolo zakwaDebonairs, ekubeni impahla ingazange iphume kulesi sitolo.

 - The Citizen

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.