Kusolwa ikhasimende ngokubulawa komqwayizi

2017-08-02 07:02

Bulawayo - Kusolwa ikhasimende ngokubulawa komqwayizi endaweni yaseGuruve, eZimbabwe, ngoMsombuluko ekuseni.

Kusolwa ukuthi lo mqwayizi uklinyiwe waze washona.

Lo mqwayizi ohlonzwe ngelikaPrimrose, utholwe eseshonile ngomakhelwane bakhe ngoMsombuluko ntambama.

OLUNYE UDABA:Uzilengise ngedilozi umqwayizi

Abantu bendawo babe sebebuthelana bonke endaweni yesigameko beyozibonela lesi sehlakalo, amaphoyisa wona abematasa efunana nemikhondo ngesikhathi kufika abezindaba iBulawayo24.

Umsolwa kuthiwa ubalekile washiya izichathulo, isigqoko kanjalo nekhondomu esisebenzile endaweni yesigameko.

Khonamanjalo, amacala okubulala esifundeni iGuruve aya ngokwanda.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.