Kusolwa isiteleka ngamabhasi ashiswe eThekwini

2016-07-01 10:01

Durban - Kokhelwe ngomlilo amabhasi amabili endaweni yomntakabani iMorningside, eThekwini, ekuseni ngoLwesihlanu, kusho abezimo eziphuthumayo.

AbeLife Response, abebesendaweni yesigameko, bathi ibhasi iqhumile yagqamuka amalangabi ezimpambanweni zikaRidge noWindmill Road.

Baqhube ngokuthi akukho muntu okubikwa ukuthi ulimalile kulesi sigameko.

OLUNYE UDABA: Kushiswe amabhasi amathathu akwaGolden Arrow

Kusolakala ukuthi lesi sigameko sihlobene nesiteleka samabhasi akwaDurban Transport esilindeleke ukuba siqale ngokuhamba kosuku.

Kuthiwa lesi siteleka simayelana nabashayeli abafuna umasipala ubaqashe ngokugcwele.

Kulo mbiko akucaci ukuthi elinye ibhasi lishe kanjani.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.