Kusolwa isoka ngokubulawa kwentombi kanye nomama wayo

2016-07-12 16:02

Kranskop - Ukhethiwe,24, kanye nomama wakhe uNcamisile Xulu, 41, babulawele ekhaya labo eKwazini eKranskop kulandela ingxabano nomsolwa, kubika Dailysun.

Umfowabo kaKhethiwe omncane uSakhile,23, obesekhaya ngesikhathi kwenzeka lokhu uthe umsolwa oneminyaka engu-36 ubudala ubemshaya usisi wakhe futhi wayengawuhloniphi umndeni wakubo.

OLUNYE UDABA:Umbulali uchaza indlela agenca ngayo ikhanda lomufi

USakhile uthe usolwa unguthisha ofundisa khona kule ndawo futhi wayehlale eshaya udadewabo futhi athuke nabazali babo uma bezama ukungenelela.

“Ufike wadelela njengokujwayelekile uma umama nodadewethu bembuza ukuth ufunani uvele wathi uzobafundisa isifundo,” kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.