Kusolwa obuvutshelwe ekhaya ngokushona kwabangu-13

2016-08-17 19:01

New Delhi - Kushone abantu abangu-13 ngoLwesithathu ngemuva kwezinsolo zokuphuza utshwala obuvutshelwe ekhaya eNdiya empumalanga neBihar nakuba umbuso ungasabuvumeli lobutshwala, kusho iziphathimandla.

Kungeniswe abantu abangu-18 esibhedlela ngoLwesibili ebusuku bekhala ngezisulu nokuphalaza.

OLUNYE UDABA: Uganise indodakazi ngoba efuna utshwala bamahhala-Umbiko

"Njengamanje kusashone abangu-13. Kumbulwa kwembeswa kwababili kanti abanye sebephumile esibhedlela," kusho uRahul Kumar oyimantshi yesiFunda saseGopalganj, etshela abe-AFP.

UKumar uthe kuphenywa imbangela yesigameko sokushona kwabantu kodwa kusolwa ukuthi bonke bashone ngemuva kokuphuza utshwla obungagunyaziwe imoonshine. 


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.