Kusolwa ojele ngokweqa kweziboshwa kwakamuva

2018-04-19 12:33

Johannesburg - UMnyango wezoBulungiswa nokuHlunyeleliswa kwezimilo uthi uphenyo olusenziwe ngokweqa kweziboshwa kwakamuva, luveza ukuthi izinto ezishaqisayo.

Uthi kwezinye izigameko kusuke kungalandelwanga izindlela zokuphepha ezifanele kanti kokunye kusuke kunokusebenzisana kojele neziboshwa.

I-Eastern Cape, Western Cape neGauteng yizifundazwe ezinesibalo esiphezulu sokweqa kweziboshwa kulezi zinsuku.

OLUNYE UDABA: Iboshiwe indoda 'ebulale' iphoyisa kubangwa ubhiya eMlazi

UNgqongqoshe woMnyango wezokuHlunyeleliswa kwezimilo uMichael Masutha utshele iPhalamende nokuthi kwezinye izikhathi kwenziwa izinto eziphambene nomthetho okubalwa kuzona nokunikezwa kweziboshwa ushwele kungafanele.

“Uphenyo olusenziwe luveza ukuthi kunokusebenzisana kwezisebenzi kanye nezinye zeziboshwa ezeqayo.

“Ngakho, lapho kwephulwe khona umthetho… kuthathwe izinyathelo.”

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.